Lyrks
Lyrks
Sign In
Cover Art

Why Lyrics by Anzo

3310 - EP

2021

Konke lokh'iphutha likababa
Konke lokh'iphutha likamama
Manj'abasekho kuhlupheka mina
Zonk'izono zabo seziwela kumina

Why mina?
Why mina?
Lenkinga ngizoyilungisa ngani na?
Ngani na?
Baba

Why mina?
Why mina?
Kumele ngifel'izon'engingazazi mina
Engingazazi mina
Mama

Sometimes abantu bona bathi bavikela wena
Bethi baqed'izinkinga kanti baziphushela kuwena
Abany'abaz'ukuthi later kungahlupheka wena
Lokuchithwa kwegazi nje kungaba nomthelela kuwena

Izenzo zeth'ezisixhumanisa kakhulu
Izenzo zeth'ezihluph'izingane kakhulu
Sineketang'eliboph'izizukulwane kabuhlungu
Izono zakho zingagcina sezivelw'uthumbu

Bashiy'isithwathwa sivula amazolo
Ngenxa yesibongo kugula amadoda
Asinazimpandе sigcwel'amagxolo
Inhlanhl'ayingeni kuval'amadlozi

Alicac'ikusasa kuvel'okwayizolo
Anichach'isaka kuvеl'okokuvoma
'Ma sihlalisana bavele basibhoxe
Ma sinesipani but bavele bakuxoshe

Konke lokh'iphutha likababa
Konke lokh'iphutha likamama
Manj'abasekho kuhlupheka mina
Zonk'izono zabo seziwela kumina

Why mina
Why mina
Lenkinga ngizoyilungisa ngani na
Ngani na
Baba

Why mina
Why mina
Kumele ngifel'izon'engingazazi mina
Engingazazi mina
Mama

Heyi heyi izinto zami nje azihlangani
Kuthiwa mangingasithol'isibongo sami ngizosangana
And already ngifeel'engathi ngiyasangana
DNA yami nekababa wami nje ayihlangani

Mngani wam'usefun'impilo
Ubaba wakho waphambanis'emsam'ethi uphendul'impilo
Ubab'akasekho sesisele nedloz'elibi
Noma selifis'ukusiza
Yonk'int'eliyenzayo yimbi

Thina esisele sithwele kanzima
Izibusiso sethu kungenxa yethu sizithola kanzima
Ubheka le
Ushiye kulenga
Vele kunzima
Mos washiya
Izingane zakho esezizothwala kanzima ey

Konke lokh'iphutha likababa
Konke lokh'iphutha likamama
Manj'abasekho kuhlupheka mina
Zonk'izono zabo seziwela kumina

Why mina
Why mina
Lenkinga ngizoyilungisa ngani na
Ngani na
Baba

Why mina
Why mina
Kumele ngifel'izon'engingazazi mina
Engingazazi mina
Mama
Credits

About “Why” by Anzo

Read the complete lyrics to "Why" by Anzo from the album "3310 - EP" in 2021. On Lyrks you can follow along with the full text, explore the artist's discography, and discover related songs. The track is often categorized under IsiZulu, South Africa, Pop.

"Why" is performed by Anzo. from the album "3310 - EP" in 2021 This page provides the full lyric text for fans who want to sing along, study the songwriting, or compare versions across releases. Lyrks organizes lyrics by artist and song slug so you can bookmark and share a stable URL. Music lyrics help listeners connect with emotion, narrative, and rhythm in a track. Whether you are learning English, researching a favorite chorus, or preparing for karaoke, having accurate line breaks and section labels (verse, chorus, bridge) makes the experience easier. We link to the official artist profile on Lyrks where available, including biography snippets, top songs, and chart placements when we have that data. If you enjoy "Why", explore more songs by Anzo using the links below. Chart and trending pages on Lyrks highlight what listeners are searching for this week. For copyright or correction requests, see our DMCA and contact pages.

View all songs and biography for Anzo · Trending lyrics · Billboard Hot 100

Frequently asked questions

"Why" is credited to Anzo. Songwriting credits may include additional writers listed on the release; check the credits section on this page for linked collaborators.

"Why" appears on "3310 - EP" in 2021.

Visit the Anzo artist page at /artist/anzo for biography, popular tracks, and links to more lyric pages.


Lyrks
Lyrks

Your gateway to the world of music lyrics.

Product

Features


© 2026 Lyrks. All rights reserved.