Lyrks
Lyrks
Sign In
Cover Art

Untwana Lyrics by CapOnit

2024

Verse
Phela lento iqale izolo/
Bes'blome sonke naye Untwana izolo/
Wasondela wathi mfana ng'cela ung'hlanganise izolo/
Ngathi Ntwana kwenze njani?
Wathi mfana ungasa buzi/
Angithi uyazi ukuthi mina
Ng'hlezi ngiz'bambeli inkuzi/

Njengo mngani nga sukuma
Ngafaki sandla epokothweni/
Ngadonsi Klipa ngathi Lena
Eyok'gcina... as'phume kanje boy/
Sa jumper fast sa-doublabha
Nge passage Untwana wathi
Mfana as'phume kanje ukuze
Nathi sisheshe s'fike/

Lana endleleni ubusy
Ung'xoxela les' story/
Ukuthi yena nomngani wakhe
Kuma lento abayenzi zolo/
Ngathi boy kwenzakaleni?
Wathi mfana nami angazi
Into еngak'tshela Yona ukuthi
Kunalo muntu esimbulelе/

Lapho beng'cala ukumbona
Aphumi nyembezi/
Ngokuzi Sola wathi mfana
Imhlupheko... nami angizenzi/
Lana ng'phandeli family/
Even though bangang' fateli/
Phela mina ngis'gebengu/
Ngapha ng'xabana me mady/ (Eish)

Naye wabona lento azange ing'phathe
Kahle phela Lena i-awthi Yami
Nase Sgela bes'phila sonke/
Ukhula kwethu bekunzima le-crime
Say'qala sonke nga-decider ukushintshi
Impilo but still bes'bloma sonke naye/

Anyway...
Masithi sijukela nge-corner/
Kwaqhamuka umngani
Wakhe egijima... agcweli gazi/
Wathi Ntwana sek'shubile labantu
Bafuna thina/
Ngase ng'bon uNtwana a-jumper
Ama fence.... kwasala mina (Eish...)



Verse 2
Kwa bika ivan kwehla
Amadoda amathathu/
Phela lezi zingang'bhodisa
Seng'bona Lena nge-tattoo/
Oyi-one wangi Bamba isandla
Lomunye wang'faki bhathu/
Ngisathi Ng'vula umlomo
Kwakhala Inqindi kwa-Shifta umhlathi/

Ngawela phansi ngezwa
Ukuthi sengiba dizzy manje/
As long basang'thela ngenduku
Ngizovele ng'shone manje/
Ngashaya umthandazo omcane
Baba ngiyaku dinga manje/
I-Skipa engis' gqokile esim'hlophe
Ses'gcwele igazi manje/

Eqinisweni nami angazi kwenzekeni/
Mina ngikhumbhula nje seng'vula
Mehlo ngilele embhedeni/
Nosizi ol'gcwele mehlweni/
Ne-pipe el'phuma emlomeni/
Ngapha ng'didekile bang'faki
Nsimbi lana enyaweni/(Bheka)

Umama vele dala angikhuza
Ngaye Untwana mara azange
Ngimamele bheka seng'cishe
Ngashona so-bheka seng'gcwele
Iilonda amanxeba ngathi angaphola
Manje k'phuma lenyembezi kumanje
Ngoba ngiyaz'sola/

Ngezwa "Sho mfana!"
Mang'phakamisa ikhanda lami
Ngabona yena Untwana/
Wathi ng'zele ukuzoxolisa
Manje sengiya vaya/
And I hope sizohlangana
Sho ngelinye ilanga/
Mhlambhe nge linye ilanga/...

Ngathola i-Story ukuthi
Untwana azange asinde/
Babathola ne mpinji yake
Same day nge Skhathi kushay'wa mina/
Bathi washona kabuhlungu
Nge-Tatera elila/....
Bam'thathela umphefumulo
Ne themba lokugcina/....
Credits

About “Untwana” by CapOnit

Read the complete lyrics to "Untwana" by CapOnit in 2024. On Lyrks you can follow along with the full text, explore the artist's discography, and discover related songs. The track is often categorized under Rap.

"Untwana" is performed by CapOnit. in 2024 This page provides the full lyric text for fans who want to sing along, study the songwriting, or compare versions across releases. Lyrks organizes lyrics by artist and song slug so you can bookmark and share a stable URL. Music lyrics help listeners connect with emotion, narrative, and rhythm in a track. Whether you are learning English, researching a favorite chorus, or preparing for karaoke, having accurate line breaks and section labels (verse, chorus, bridge) makes the experience easier. We link to the official artist profile on Lyrks where available, including biography snippets, top songs, and chart placements when we have that data. If you enjoy "Untwana", explore more songs by CapOnit using the links below. Chart and trending pages on Lyrks highlight what listeners are searching for this week. For copyright or correction requests, see our DMCA and contact pages.

View all songs and biography for CapOnit · Trending lyrics · Billboard Hot 100

Frequently asked questions

"Untwana" is credited to CapOnit. Songwriting credits may include additional writers listed on the release; check the credits section on this page for linked collaborators.

Album information for "Untwana" is not available in our database yet. You can still read the full lyrics on this page.

Visit the CapOnit artist page at /artist/caponit for biography, popular tracks, and links to more lyric pages.


Lyrks
Lyrks

Your gateway to the world of music lyrics.

Product

Features


© 2026 Lyrks. All rights reserved.