Lyrks
Lyrks
Sign In
Cover Art

Abantu Lyrics by Deë 2094

Isgubhu Sase’94 (Deluxe Edition)

2024

Nakhu sijikelwa ngumuntu s'phila naye
(Hawu ngoba umuntu)
Kade sinaye izolo lokhu s'gijima naye
(Incwadi engafundeki umuntu)
Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(Hawu ngoba umuntu)
Yaz' umuntu
(Incwadi engafundeki umuntu)
Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(Hawu ngoba umuntu)
Yaz' umuntu, hayi
(Incwadi engafundeki umuntu)

Nakhu sijikelwa ngumuntu s'gijima naye
(Hawu ngoba umuntu)
Kade sinaye izolo lokhu s'phila naye
(Incwadi engafundeki umuntu)
Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(Hawu ngoba umuntu)
Yaz' umuntu
(Incwadi engafundeki umuntu)
Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(Hawu ngoba umuntu)
Yaz' umuntu, hayi
(Incwadi engafundeki umuntu)

Ngeke umthinte umuntu (ngob' uya-)
Ngoba uyajika umuntu (waze way'-)
Waze wayinkinga umuntu
Wathola imali encane, washintsha umuntu (manje uya-)
Manje uyaspina ubhuti
Talkin' that "k'dala ngak'gcina bru" (actin' like)
Actin' like we are cool
But you know you owe me two stina bru

Yazi bazok'dina bo, bazok'sanganisa
Hey abantu banamanga, bazok'lahlekisa
Ungang'boni ngingaphandle, ngcono ng'hlale endlini
Smokin' my goddamn weed!
Kodwa asiyеke
Ngoba ngeke bеnze lutho, ngeke bang'tshele
Ubaba wathi kimi mawuyindoda ubozimela
Ubabuze ekasi, umfan omncane Ingagamela
Angithi wena uyi-kleva?

Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(Hawu ngoba umuntu)
Yaz' umuntu, hayi
(Incwadi engafundeki umuntu)
Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(Hawu ngoba umuntu)
Yaz' umuntu, hayi
(Incwadi engafundeki umuntu)

Umuntu uk'jikela njengothswala esiswini
Angak'jikela nasemini
Yebo ungamthanda, kodwa ungamthembi please
Ngiyak'cela, please
Umuntu uk'jikela njengothswala esiswini
Angak'jikela nasemini
Yebo ungamthanda, kodwa ungamthembi please
Ngiyak'cela, please

Ungamthanda umuntu
Kodwa ungamthembi umuntu
Hayi uyashintsha umuntu
Ingakho ubomsaba umuntu, yeah
Ubomsaba umuntu
Ungamthembi umuntu
Credits

About “Abantu” by Deë 2094

Read the complete lyrics to "Abantu" by Deë 2094 from the album "Isgubhu Sase’94 (Deluxe Edition)" in 2024. On Lyrks you can follow along with the full text, explore the artist's discography, and discover related songs. The track is often categorized under Rap.

"Abantu" is performed by Deë 2094. from the album "Isgubhu Sase’94 (Deluxe Edition)" in 2024 This page provides the full lyric text for fans who want to sing along, study the songwriting, or compare versions across releases. Lyrks organizes lyrics by artist and song slug so you can bookmark and share a stable URL. Music lyrics help listeners connect with emotion, narrative, and rhythm in a track. Whether you are learning English, researching a favorite chorus, or preparing for karaoke, having accurate line breaks and section labels (verse, chorus, bridge) makes the experience easier. We link to the official artist profile on Lyrks where available, including biography snippets, top songs, and chart placements when we have that data. If you enjoy "Abantu", explore more songs by Deë 2094 using the links below. Chart and trending pages on Lyrks highlight what listeners are searching for this week. For copyright or correction requests, see our DMCA and contact pages.

View all songs and biography for Deë 2094 · Trending lyrics · Billboard Hot 100

Frequently asked questions

"Abantu" is credited to Deë 2094. Songwriting credits may include additional writers listed on the release; check the credits section on this page for linked collaborators.

"Abantu" appears on "Isgubhu Sase’94 (Deluxe Edition)" in 2024.

Visit the Deë 2094 artist page at /artist/dee-2094 for biography, popular tracks, and links to more lyric pages.


Lyrks
Lyrks

Your gateway to the world of music lyrics.

Product

Features


© 2026 Lyrks. All rights reserved.