Lyrks
Lyrks
Cover Art

Phinde Lyrics by LaSauce

Sindisiwe

2020

[Pre-Chorus]
Ngiyazi ngikonile
Umoya uphukile
Kodwa ng'yathembisa, ngeke ngiphinde
Ngiyazi ngikonile
Umoya uphukile
Kodwa ngiyathembisa, ngeke ngiphinde

[Chorus]
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde

[Verse 1]
Bek'ngeyon' inhloso yami
Beng'dlala bangani, ng'phika nokumnandi
It cost me your love, all of your trust
Without you kodwa ngingaba yin'?
Bengingekho ung'dinga
Uhlez' uthi ng'fika ngey'nkinga
Ngicela uwaz' ukuthi ngiyacolisa
Ngoba s'phil' emhlaben' wezono
I wanna right my wrongs
Ngoba s'phil' emhlaben' wezono
I wanna right my wrongs

[Pre-Chorus]
Ngiyazi ngikonile
Umoya uphukile
Kodwa ng'yathembisa, ngeke ngiphinde
Ngiyazi ngikonile
Umoya uphukile
Kodwa ngiyathembisa, ngeke ngiphinde

[Chorus]
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde

[Verse 2]
Nami ng'yafisa ngeliny' ilanga uz'chenye ngami
Ngiyathembisa aw'soze waswel' unami
Ngizok'hlonipha mina, ngik'nik' uthando
You deserve it all, you deserve it all
Ngoba s'phil' emhlaben' wezono
I wanna right my wrongs
Ngoba s'phil' emhlaben' wezono
I wanna right my wrongs

[Pre-Chorus]
Ngiyazi ngikonile
Umoya uphukile
Kodwa ng'yathembisa, ngeke ngiphinde
Ngiyazi ngikonile
Umoya uphukile
Kodwa ngiyathembisa, ngeke ngiphinde

[Chorus]
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Ngiyak'thembisa ukuthi ngeke ng'phinde
Credits

About “Phinde” by LaSauce

Read the complete lyrics to "Phinde" by LaSauce from the album "Sindisiwe" in 2020. On Lyrks you can follow along with the full text, explore the artist's discography, and discover related songs. The track is often categorized under IsiZulu, Pop, South Africa.

"Phinde" is performed by LaSauce. from the album "Sindisiwe" in 2020 This page provides the full lyric text for fans who want to sing along, study the songwriting, or compare versions across releases. Lyrks organizes lyrics by artist and song slug so you can bookmark and share a stable URL. Music lyrics help listeners connect with emotion, narrative, and rhythm in a track. Whether you are learning English, researching a favorite chorus, or preparing for karaoke, having accurate line breaks and section labels (verse, chorus, bridge) makes the experience easier. We link to the official artist profile on Lyrks where available, including biography snippets, top songs, and chart placements when we have that data. If you enjoy "Phinde", explore more songs by LaSauce using the links below. Chart and trending pages on Lyrks highlight what listeners are searching for this week. For copyright or correction requests, see our DMCA and contact pages.

View all songs and biography for LaSauce · Trending lyrics · Billboard Hot 100

Frequently asked questions

"Phinde" is credited to LaSauce. Songwriting credits may include additional writers listed on the release; check the credits section on this page for linked collaborators.

"Phinde" appears on "Sindisiwe" in 2020.

Visit the LaSauce artist page at /artist/lasauce for biography, popular tracks, and links to more lyric pages.