Lyrks
Lyrks
Lyrks
Cover Art

Yiyo Indlela Leyo Lyrics by Mpharanyana

Angazi Ngizo Shonaphi

0

Uyazi seloko ngaqala ukucula amaculo wothando
Ngendlela yokuba abantu bathandane ngayo
Abuntu bonke kuwo wonke amagumbi amane womhlaba bazekimi bacela ukuthi
Ngibasize nge zothando
Kodwa cha akumina owaqamba uthando
Angisoze ngaba wuye kodwa
Kukhona umfazi engahlangana naye esiteshini saseMlazi
Usafika emqondweni wam'
Lomfazi wayenenkinga ngoba uze kimi ubuso bakhe bugcwel' izinyembezi
Okuye kwangibonisa ukuthi inhliziyo yakhe izwe ibuhlungu, wathi
Bhuti Jacky lalela
Angithembi ukuthi indoda yam' isangithanda (wuu)
Uyazi kade angibamba angiqabuze kamnandi
Ngizwe nami ukuthi izinto zihamba kahle kakhulu impela
Ungithanda nje umangabe kuyintando yakhe kulungile, wathi
Izinto zimbili engicela ukuthi ungisize ngazo phamb' kokuba uhambe namhlanje
Ngicela ukuthi unginike iseluleko mayelana nalendaba
Kuleli pheshana engiliphethe
Uphinde ungitshele umlayezo
Engingawudlulisela endodeni yami ukuthi aze angiphathe kahle nomakanjani (wuu)
Ngiye ngathi lalela (wuu)
Mtakazulu (wuu)
Mphathe mphathe nje ngenkosikazi (jenge nkosikazi)
Umawumuqabuza faka imizwa yonke enqondweni yakhe (wuu)
Mphathe, mphathe njalo kuze aze akwazi ukulala ebusuku (wuu)
Yiyona indlela leyo indoda ifanele ukuphatha inkosikazi yayo ngayo (wuu)
Yebo (yeah)
Yebo (yeah)
Yebo
Ufanele ufike ekhaya ilanga lingakashoni
Ubeneqiniso ibaneqiniso wena
Ukuthi leyo ngane ya bantu inelisiwe
Umangabe ukukhumbule ufanele ukwazi ufanel' ukwazi lokho ufanel' ukwenza
Zulu omnyama yiyona yiyona ndlela leyo indoda ifanel' ukuphatha inkosikazi yayo ngayo (wuu)
Yebo (yeah yeah)
Mnike leyo madlana athenga konke lokhu
Konke akufunayo

About “Yiyo Indlela Leyo” by Mpharanyana

Read the complete lyrics to "Yiyo Indlela Leyo" by Mpharanyana from the album "Angazi Ngizo Shonaphi". On Lyrks you can follow along with the full text, explore the artist's discography, and discover related songs. The track is often categorized under R&B.

"Yiyo Indlela Leyo" is performed by Mpharanyana. from the album "Angazi Ngizo Shonaphi" This page provides the full lyric text for fans who want to sing along, study the songwriting, or compare versions across releases. Lyrks organizes lyrics by artist and song slug so you can bookmark and share a stable URL. Music lyrics help listeners connect with emotion, narrative, and rhythm in a track. Whether you are learning English, researching a favorite chorus, or preparing for karaoke, having accurate line breaks and section labels (verse, chorus, bridge) makes the experience easier. We link to the official artist profile on Lyrks where available, including biography snippets, top songs, and chart placements when we have that data. If you enjoy "Yiyo Indlela Leyo", explore more songs by Mpharanyana using the links below. Chart and trending pages on Lyrks highlight what listeners are searching for this week. For copyright or correction requests, see our DMCA and contact pages.

View all songs and biography for Mpharanyana · Trending lyrics · Billboard Hot 100

Frequently asked questions

"Yiyo Indlela Leyo" is credited to Mpharanyana. Songwriting credits may include additional writers listed on the release; check the credits section on this page for linked collaborators.

"Yiyo Indlela Leyo" appears on "Angazi Ngizo Shonaphi".

Visit the Mpharanyana artist page at /artist/mpharanyana for biography, popular tracks, and links to more lyric pages.