Lyrks
Lyrks
Cover Art

Ukuzindla Lyrics by Ntombela

0

Verse 1
Ngizindla into engapheli, ngisentabeni ethize anginalo ikheli/ yizimpi ezingapheli ngapha izinsizwa zikhipha into engaceli/ kunemizwa engazilweli, isingixakeni kule lizwe elingazweli/ kunezifiso ezingangineli, kodwa futhi kunezinto engingazisweli/ Cishe inicindezela, noma kungeke sicishe incindezelo/ kusemqondweni k'phela inkululeko izikhulisa okwemvelo/ ibukisa ngezithеlo ezijahe ukukhula zishiye amalungеlo/ ngihleka inhlinini sizothi sibuya iskhathi ngishintshe uhlelo/ Uzwelo alunamehluko, ukusiza oyedwa kuncedeka imidumo/ makume ngomumo izinyawo emsakazweni sikhande isidumo/ ngeke uphinde umazi ongeke akhiphe imali ukuba nodumo/ vele nezimbungulu zithanda abanikazi kwazi uSdumo/ Angibathandi, ngiyabazonda, ngoba basibekele umncele/ nabangani bathi nginonya, bathi ngeke ngibingelele/ sanibonani? ninjani? nikhona? "Siyamazi kwamele simncele"/ nje cabanga ngisangaphansi kuzobanjani ngiphumelele?/

Chorus: Sibonga impilo, sibonga ukuthi amanzi asalwisa umlilo/ Sibonga isimilo, sibonga ukuthi umama akayigqoki inzilo/ sibonga isimo sivule ilihlo lethoba labona uthingo/ sibonga ukuthi sikwazi ukubonga amathonga sesingekho isidingo/ x2

Verse 2
Izinzule zizula izulu, umthala, umhlaba, zibalekela ikubo/ nami ngingaphezulu ngihamba izintaba ubhaka uphatha isixubho/ ngathi usasidida lomhlaba umama ungivulela amahubo/ ngiyazi ekhaya noma k’banda aba-Koena bangincisha ingubo/ Uph' umdali? Ngoba inkosana ikhonza amakhosazana/ angil' hambi isonto, ngisangaya ngiyobona abesifazan/ usayinhlava ngoba lisakuhlula legama lokuthandana/ uzoba yimvemvana uthande uchuku, kunuke sanhlavana/ "Bamba lana", kusho izingane emuva zibona lemibala/ mayingatholakala kuzoba ukuthi wubani oyibone kuqala/ lomhlaba ulimele yingako sesikhuthaza nokukakhala/ bafuna ukuwulapha, badonsa amakhubalo ngekhala/ Ngikhetha ukusala, anginandaba ukuthi ipilisi liphatha impilo/ futhi bangangibali kulo daba ngisakulo-mkhathimpilo/ ngishisa impepho kuphela, istimela asifiki kithi bengishilo/ niyazi ithemba yimi ningase nijabule ngiphenduke ichilo/ Bridge: [Hayden Kula] Yes our hand wield power , yes our hands wield power, yes our hands wield power... Yes our hand wield power , yes our hands wield power, yes our hands wield power...

Chorus: Sibonga impilo, sibonga ukuthi amanzi asalwisa umlilo/ Sibonga isimilo, sibonga ukuthi umama akayigqoki inzilo/ sibonga isimo sivule ilihlo lethoba labona uthingo/ sibonga ukuthi sikwazi ukubonga amathonga sesingekho isidingo/ x2
Credits

About “Ukuzindla” by Ntombela

Read the complete lyrics to "Ukuzindla" by Ntombela. On Lyrks you can follow along with the full text, explore the artist's discography, and discover related songs. The track is often categorized under Rap.

"Ukuzindla" is performed by Ntombela. This page provides the full lyric text for fans who want to sing along, study the songwriting, or compare versions across releases. Lyrks organizes lyrics by artist and song slug so you can bookmark and share a stable URL. Music lyrics help listeners connect with emotion, narrative, and rhythm in a track. Whether you are learning English, researching a favorite chorus, or preparing for karaoke, having accurate line breaks and section labels (verse, chorus, bridge) makes the experience easier. We link to the official artist profile on Lyrks where available, including biography snippets, top songs, and chart placements when we have that data. If you enjoy "Ukuzindla", explore more songs by Ntombela using the links below. Chart and trending pages on Lyrks highlight what listeners are searching for this week. For copyright or correction requests, see our DMCA and contact pages.

View all songs and biography for Ntombela · Trending lyrics · Billboard Hot 100

Frequently asked questions

"Ukuzindla" is credited to Ntombela. Songwriting credits may include additional writers listed on the release; check the credits section on this page for linked collaborators.

Album information for "Ukuzindla" is not available in our database yet. You can still read the full lyrics on this page.

Visit the Ntombela artist page at /artist/ntombela for biography, popular tracks, and links to more lyric pages.


Lyrks
Lyrks

Your gateway to the world of music lyrics.

Product

Features


© 2026 Lyrks. All rights reserved.