Lyrks
Lyrks
Lyrks
Cover Art

Yinto Enjani Lyrics by Inkabi Nation

Inkabi Nation

2022

Mina ngizond'ilanga owahamba ngalo namanje ngisadiniwe mina
Wasuthembisa ukuthi uyalulama uzobuya ekhaya (Wahamba wathi uzobuya)
Kant'ukufa nakho kuhlel'indlela yakho (Kuzihlelila ngempilo yakho)
Kwakunyonyobela wasuhamb'ungavalelisanga
Oh kufa ulinuku (Sengathi kungafa nakho)
Wena kufa ulinuku
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Idlulil'iminyaka yazi kusebuhlungu ngsathunukala
Cel'ufike kimi noma ngephuphoungtshele uzobuya
Iphelile iminyaka ashona malanga ashona malanga
Iphelile iminyaka ashona malanga ashona malanga
Idlulil'iminyaka yazi kusebuhlungu ngsathunukala
Cel'ufike kimi noma ngephuphoungtshele uzobuya
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Kufa ulinuku awunamahloni
Ngokusiphuca abazali bethu
Ngokusithathel'izihlobo zethu
Njalo mangicabanga leyamini
Mhla ngithola loyambiko
Ukuth'umama akasekho
Kwaphel'amathemba kimi
Yoh impilo ngzoyithini na
Kwaphel'amathemba kimi
Yoh impilo ngzoyithini nah
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
Ayaphela amathemba
Ngihlala ngilindile wee
Solok' wathi uzobuya
Ubuhlungu buyananela ngicele wazi
Mihla yonke ngihlala ngikukhumbula
Selokhu wathi uzobuya ekhaya
Lashona ilanga ai ai
Awubuyi ekhaya
Buy'ekhaya

About “Yinto Enjani” by Inkabi Nation

Read the complete lyrics to "Yinto Enjani" by Inkabi Nation from the album "Inkabi Nation " in 2022. On Lyrks you can follow along with the full text, explore the artist's discography, and discover related songs. The track is often categorized under IsiZulu, South Africa, Pop.

"Yinto Enjani" is performed by Inkabi Nation. from the album "Inkabi Nation " in 2022 This page provides the full lyric text for fans who want to sing along, study the songwriting, or compare versions across releases. Lyrks organizes lyrics by artist and song slug so you can bookmark and share a stable URL. Music lyrics help listeners connect with emotion, narrative, and rhythm in a track. Whether you are learning English, researching a favorite chorus, or preparing for karaoke, having accurate line breaks and section labels (verse, chorus, bridge) makes the experience easier. We link to the official artist profile on Lyrks where available, including biography snippets, top songs, and chart placements when we have that data. If you enjoy "Yinto Enjani", explore more songs by Inkabi Nation using the links below. Chart and trending pages on Lyrks highlight what listeners are searching for this week. For copyright or correction requests, see our DMCA and contact pages.

View all songs and biography for Inkabi Nation · Trending lyrics · Billboard Hot 100

Frequently asked questions

"Yinto Enjani" is credited to Inkabi Nation. Songwriting credits may include additional writers listed on the release; check the credits section on this page for linked collaborators.

"Yinto Enjani" appears on "Inkabi Nation " in 2022.

Visit the Inkabi Nation artist page at /artist/inkabi-nation for biography, popular tracks, and links to more lyric pages.