Lyrks
Lyrks
Sign In
Cover Art

Amakhehla Lyrics by Sjava, UDUMAKAHLE, Anzo

Isibuko (Deluxe)

2023

[Chorus; Sjava]
Ngithi ngicela nitshele isitha sami
Ukuthi ang’hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa, labangabonwa Abadala

[Verse 1]
Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome
Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome
Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
Uke afike kimi nangephupho
Athi mzukulu ubosibheka isandla somuntu
Nami ngilele laphengilele khona ethuneni
Ngenxa yaso isandla somuntu
Banomona abantu
Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome
Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga

Sonyakaza kodwa Dlozi lam
Bovika phela ezitheni zam'
Balwisana nempumelelo yami
Hamba nabani wo Dlozi lam
Bovika phela ezitheni zam'
Balwisana nempumelelo yami

[Chorus; Sjava]
Ngithi ngicela nitshelе isitha sami
Ukuthi ang’hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa, labangabonwa Abadala

[Refrain]
Maye ngiyak’zwela
Ngoba laMakhеhla anodlame, anodlame ngiyawazi
Oh ngiya’zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Ave enodlame ngiyawazi

[Verse 2]
Ubokhulum’ ukhulum’ ukhulum’ ubuye ubal’ amagamakho
Ukhumbul’ ukuthi nami ngineDlozi lami
Ubothi mawushwashwada nabangani bakho
Nihlel’ ukuthi ningiqumbe phansi
Ubuye ukhumbule, nami ngineDlozi and liyalwa
Uyozwa sekuthiwa nimbon’ enje
Isimo sesinje
Wafaka unyawo lakhe lapho elingafakwa khona manje ziyamnetha
Nj’oba nibona nje kunje, impilo isinje
Akahlanyi ekhanda
ObabaMkhulu abamthwalisa umqhele ogcwele nje ameva, ameva

[Chorus; Sjava]
Yingakho mina ngithi
Ngicela nitshele isitha sami
Ukuthi ang’hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa
Abangabonwa Abadala

[Refrain]
Maye ngiyak’zwela
Ngoba laMakhehla anodlame, anodlame ngiyawazi
Oh ngiya’zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Ave enodlame ngiyawazi

About “Amakhehla” by Sjava

Read the complete lyrics to "Amakhehla" by Sjava, UDUMAKAHLE, Anzo from the album "Isibuko (Deluxe)" in 2023. On Lyrks you can follow along with the full text, explore the artist's discography, and discover related songs. The track is often categorized under IsiZulu, South Africa, Pop.

"Amakhehla" is performed by Sjava, UDUMAKAHLE, Anzo. from the album "Isibuko (Deluxe)" in 2023 This page provides the full lyric text for fans who want to sing along, study the songwriting, or compare versions across releases. Lyrks organizes lyrics by artist and song slug so you can bookmark and share a stable URL. Music lyrics help listeners connect with emotion, narrative, and rhythm in a track. Whether you are learning English, researching a favorite chorus, or preparing for karaoke, having accurate line breaks and section labels (verse, chorus, bridge) makes the experience easier. We link to the official artist profile on Lyrks where available, including biography snippets, top songs, and chart placements when we have that data. If you enjoy "Amakhehla", explore more songs by Sjava, UDUMAKAHLE, Anzo using the links below. Chart and trending pages on Lyrks highlight what listeners are searching for this week. For copyright or correction requests, see our DMCA and contact pages.

View all songs and biography for Sjava · Trending lyrics · Billboard Hot 100

Frequently asked questions

"Amakhehla" is credited to Sjava, UDUMAKAHLE, Anzo. Songwriting credits may include additional writers listed on the release; check the credits section on this page for linked collaborators.

"Amakhehla" appears on "Isibuko (Deluxe)" in 2023.

Visit the Sjava, UDUMAKAHLE, Anzo artist page at /artist/sjava for biography, popular tracks, and links to more lyric pages.


Lyrks
Lyrks

Your gateway to the world of music lyrics.

Product

Features


© 2026 Lyrks. All rights reserved.